ushilo wena

Lyrics Of The Song ushilo wena

Song ID 1630

ushilo wena abayokhuleka egameni lenkosi ushilo wena bayothola amandla amasha abasoze bajabhiswa yeeh ushilo wena ngezinsuku zokugcina uzothela umoya wakho yeeh ushilo wena siyobona imibono siyophupha namaphupho repeat x2 sithembe wena silindele wena ehlisa umoya wakho phezu kwethu ehlisa amandla wakho sivuselele ehlisa umoya wakho phezu kwethu ehlisa amandla wakho sivuselele yandisa uqobo lwami yandisa umkhawulo wami sikulindele sikulambele hhayi akekh onjengawe khaya mthethwa ohhh ho ohhh hhay akekh onjengawe khosi yama khosi hhay akekho onjengawe khosi yama khosi uphakeme uyingcwele nkosi yama khosi uphakeme uyingcwele khosi yama khosi bayede kuwe nkosi yama khosi bayede kuwe khosi yama khosi hhay akekho onjengawe khosi yama khosi hhay akekho onjengawe khosi yama khosi uphakeme uyingcwele khosi yama khosi uphakeme uyingcwele khosi yama khosi bayede kuwe khosi yama khosi bayede kuwe khosi yama khosi bayede kuwe khosi yama khosi

ushilo wena.mp3

ushilo wena.video.mp4 YouTube

 

Hits: 2

Leave a Reply

Related Post